Ngimthengi waso lesi sistolo noma ngijwayele ukuthenga kwamanye ama branch kodwa kulesi basebenza ngenye indlela ngempela kufanele uhlale kulayini kuze kuphele ihora ukuya kwamabili ukuze uthole usizo ngoba i money market yabo kusebenza umuntu oyedwa kanti futhi lolayini uhlanganisa ukuthengwa kwamathikithi ogesi, ilotto nokunye njengamabhasi nebhola. Futhi mawuthi ucela umuntu ozobeka kuye isikhalo bonke abantu abanasikhathi nemenja yakhona .ngiphoxeke kabi
0 comments