Body Lab Gym
Blacklisted BY SATANIST BODY LAB IZINJA

Sports

YAZE YASIQOLA INKAMPANI YOKUJIMA, SATHENJISWA IZULU NOMHLABA KUTHIWA ASIJOYINE IJIMU KANTI SIZOROJWA. WAWUVELE UVIJWE KUTHIWE WOZA UZOSAYINA, UMA USUFUNA UKUYEKA UYOKHOKHA R250.00 WOKUSULA IGAMA LAKHO, UTHOLE NESIKIMBA SOKUJIMA BESE WENZELWA IKHADI LOKUNGENA. KONKE LOKHO AKWENZEKANGA, KUPHELA NJE INTO EYENZEKAYO UKUTHI UMA USUTHI UYOKHOKHA LO R250 WOKUYEKA BATHI AYIKHO LEYONTO KUFANELE UKHOKHELE IMINYAKA ESELE ENKONTILEKENI YAKHO. LEJIMU IFUNA UKUVALWA, LABA ABANGAKAYAZI BENGALINGE BEYOJOYINA LABO DOTI, ISATANISM LE. SESIYAKWELETA THINA MANJE KWA-TRANS UNION ASISAKWAZI UKUTHENGA IZIMOTO NGENXA YALEZINJA.


Company: Body Lab Gym
Country: South Africa
City: Durban, Joe Slovo Street
  <     >  

RELATED COMPLAINTS

Shoprite
Money market service

Body Lab Gym
From Managment to Direct marketers, they al

J's Skin And Body
J’s Skin and Body finds ways to dig into ur pocket

Mtn
Blacklisted for something i know nothing about

MBD Attorneys
No Response

Consumer Assist
Emove my name on trans union

Cell C
Refusing to refund me

First National Bank
Taking R250 off as "bank charges"?!!!