MiWay
Miway doing THINGS MY WAY

Business & Finance

Ngithi angithathe lelithuba ngidlulise ukuthokoza nokugculiseka kwami ngendlela engisizwe kahle ngayo ngumsebenzi wakwaMiway.

Ngafona ngicela ukuba ngisizwe ngokuthi kubuyekezwe i-account yami maqondana nesamba semali engiyikhokha nyangazonke. Ongumsebenzi wakwaMiyaway ONESINEKE ulalele isicelo sami kanye nombona wami wayesenza njengokufisa kwami. Isamba semali sincishiswe ngesilinganiso esicishe sifinyelele kuma-percent ayishumi nanye. Ngithi angibonge kakhulu.

Nenze izinto ngendlela yami - "you have done things MIWAY"

Queen Mngomezulu uqhubeka nokwenza umsebenzi wakho ngendlela eshiya amakhasimende omqashi wakho ethokozile.


Company: MiWay
Country: South Africa
City: Midrand
  <     >  

RELATED COMPLAINTS

MiWay
Excellent

MiWay
I Love the way we do things MiWay

MiWay
Loyalty above all else

MiWay
HAPPY SERVICE

MiWay
A very warm service

MiWay
They do things your way

MiWay
Customer is King

MiWay
MiWay suprising me by truly going the extra mile

MiWay
Good service

MiWay
HELPFUL AND FRIEND SERIVICES